| |
Ma-Ndlela,
(Uma sithi Ma-Ndlela
asisho ukuthi ningo MaNdlela (Mama Ndlela) sibingelela ngobuningi benu).
Sibone ukuthi ku facebook,
hleze anikwazi ukuzithopha kahle ngenxa yobuncane bendawo (or Limited
space) So we decided to make use of this Msamanzi.co.za platform, lapho
sisokwazi ukusabalala nokucobelana ulwanzi ngesizwe sakwa Ndlela. There is a strong posibility yokuthi singo Ndlela asi Khulumi isiZulu sonke. kukhona
oNdlela abakhulumi isiSwati, isiXhosa, ngisho nesi Pedi imbala. So the use of multi
language during comments will be a familiar issue.
Sebeshilo abafowethu
ukuthi noma U-Ndlela ehlukene inikhakha eminingi ngemvelaphi, ngozalo,
nangezi Thokazelo, okusalayo siyiyizwe sinye. NDLELA.
Sishaya indesheni (salute)
kudadewethu U-Mabuyi lo owasungula i-group U-Ndlela ku-facebook.
Asikhulumeni Ma-Ndlela |
|